in

Paroles de Lengane (feat. Simmy) par Sun El musician

Lengane (feat. Simmy) — Sun El musician

Weh baba nomama
Bathi isikhulile intombazan’
Ngithe ngihamba amazweni
Ngasithola ngi [?] umaqondana

Mina ngihleli nje ngiyazibuza
Ukuthi yin’ ekhethe o fana nam’
Ngoba isencane lengane
Isencane lengane

Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka
Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka
Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka
Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka

Aning’tshelele omalume
Bathi sebay’ tata intombazan’
Bathi sеbesendlelеni
Bavuleleni amasango bangene

Nami ngihleli nje ngiyazibuza
Ukuthi yin’ ekhethe o fana nami
Ngoba isencane lengane
Isencane lengane

Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka
Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka
Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka
Ubani beng’ngashada lengane isencane ka ngaka

  • Titre la chanson : Lengane (feat. Simmy)
  • Par : Sun El musician
  • Hashtags populaires : #Lengane #feat #Simmy

On vous invite à partager les paroles avec vos #amis sur Facebook et Twitter 🎸 !

Laisser un commentaire

Votre adresse e-mail ne sera pas publiée. Les champs obligatoires sont indiqués avec *

It's All Right

Paroles de Matches par Letts (lyrics)

It's All Right

Paroles de Até Que Nada Mais Importe par Lilian Araújo (lyrics)